Vuka africa breakfast show podcast today download
- vuka mzansi breakfast show today
- vuka mzansi breakfast show today podcast
- vuka mzansi breakfast show today live
- mzansi shows on showmax
Vuka africa breakfast show podcast episodes...
Vuka africa breakfast show whatsapp number
#Ezwenisakhile:sixoxisana no Andiswa Tokota ohlala eThekwini osola lowo ayethandana naye ngokumqola imali engango R400, 000. U-Andiswa oneminyaka engu 35 uthi wahlangana nalomlisa ngo 2020, uthi uthando lwabo lwaluvutha amalangabi kwaze kwafika lapho emcela khona ukuthi amthengele i-truck elisha emuva kokufelwa i-truck ebekade esebenza ngalo.
U-Andiswa uqhubeka athi wagcina evumile ukuyoboleka imali ebhange emva kwesikhathi emncenga, umlisa wase wathembisa ukukhokha u-R20, 000 ngenyanga aze asiqede lesikweletu. Uthi wawukhokha lo R20, 000 kwaba kanye emva kwalokho wamshintshela, engasaluphenduli ucingo, bengasavakashelani futhi engasayikhokhi nemali yasebhange.
Ukhozi fm breakfast show todayU-Andiswa osebenza njengomhlengikazi uthi lomlisa ubelobola omunye umuntu ngalo December esiphuma kuwo. Sixoxa no Andiswa sizophinde sixoxe nommeli ozocebisa u-Andiswa ngemigudu angayithatha ukuze athole imali yakhe. Simthintile umlisa izolo, wacela ukuthi sibuye sifone kodwa uma sesibuyela kuye ubeseluvalile ucingo.
21:21
- motogp race time today south africa
- what time is motogp on dstv today